Unginika lonk'uthando lakho
Ungikhusela lapho ngihamba khona
Uma kumnyama wena uyakhanyisa
Ngakho angizukwesaba lutho
Shona malanga ngikhumbul'ikhaya lami
Hamba zinsuku ngiyobona abazali bami
Hamba zinsuku ngikhumbul'ikhaya lami
Lapho ngingezukuswela lutho
Ngibong' indlel' ongiphethe ngayo
Ngibonga izimfundiso zakho
Ngibong' indlel' ongphethe ngayo
Ngibonga izimfundiso zakho
Ngibong' indlel' ongthanda ngayo
Ngibong'indlel' ongthanda ngayo, ngayo!
Ngibong'indlel' ongthanda ngayo
Ngibong' indlel' ongthanda ngayo, ngayo!
Namhla anginakh' ukwesaba ( Namhla anginakh'ukwesaba)
Mangibona sekunjena, uthando lakho khaya
Lingiphil'ukukhanya
Ngihambile, ngibonile, kodwa akekho ofana nawe
Amathafa nezintab' ezikude, ey
Zingimele zithi wen' ukude
Nginethemba mama, ngikhulile baba
Ngikhumbula lonk' uthando lakho
Ngibong'indlel' ongphethe ngayo (Khaya lam weh)
Ngibonga izimfundiso zakho (Khaya lam khaya lami)
Ngibong'indlel' ongphethe ngayo (Khaya lam weh)
Ngibonga izimfundiso zakho
Ngibong'indlel' ongthanda ngayo
Ngibong'indlel' ongthanda ngayo, ngayo
Ngibong'indlel' ongthanda ngayo
Ngibong'indlel' ongthanda ngayo, ngayo
Khaya lam weh)
Khaya lam weh)
(Khaya lam weh)
(Khaya lam weh)
(Khaya lam weh)
Yebo ngiyazi akukho lula mama
Nal'uthando alukho lula baba
Ukubamb'uyeka, ukuqinisela
Kukho konke benizimisela