menu-iconlogo
huatong
huatong
sjava-uthando-cover-image

Uthando

Sjavahuatong
ndnmedicine দ্বারা আপলোড করা হয়েছে
Ng'hambe kwaze kwashon'ilanga mama

Ng'ufunani nothando lwangempela

Eng'batholayo badlala ngam

Badlala ngothando lwami

(Ngisize) ng'size ubuyimpendulo yami

Ngoba uthando lungehlule mhmm

Thando lungehlule mama (yee hee)

Thando ng'yakubonga ng'geza izandla

Ntliziyo yam suyiphendule into yok' dlala

Kanti thando yini lena uyifuna kimi?

Kanti thando ngempela yini lena uyifuna kimi?

Ngoba bonke mina eng'hlangene nabo ngibathandilee

Okubuhlungu nengibathandile bangiphoxile

Yazi kubuhlungu ukuthanda umuntu

Uthi umnika uthando lwakho yena don't appreciate it hmm

They just don't appreciate it (yeyii yeah)

Uthando aluboni

Abadlale ngothando lwam

Ai ang'basoli

Vele kunjalo

Ukungazi kufana nokungaboni

Ng'hambe kwaze kwashon'ilanga mamaa

Ng'funana nothando lwangempela

Eng'batholile badlala ngam

Badlala ngothando lwami

(Ng'size) ng'size ubeyimphendulo yami

Ngoba uthando lungehlule hmm

Thando lungehlule mama yee heh

Phinde undibone ndithemb'umuntu

Phinde undibone ndithand'umuntu

(Ye yeah) ngithi uphinde ung'bone ng'thand'umuntu

Phinde ung'bone ng'themb 'umuntu

Phinde ung'bone ng'thath'ithemba lamingilibeka kumuntu wasemhlabeni

Ngingabathanda bonke

Kodwa ungathembi noyedwa

Noma uthanda umuntu umthande ubuyela ngeneno

Ngoba umuntu akuyena owakini

Umuntu 'zokujikela emini

Thatha kimi

Lendlela ng'yayazi mina ng'yihambile

Usethandweni la awunandaba gcine sowulimele

Vula amehlo

Uvale intliziyo

K'semhlabeni lana kugcwele iy'lingo

Ng'hambekwaze kwashon'ilanga mamaa

Ng'funana nothando lwangempela

Eng'batholayo badlala ngam

Badlala ngothando lwami

(Ng'size) ubeyimpendulo yami

Ngoba uthando lungehlule

Thando lungehlule mamaa ye eh yeah

রেকর্ডিং

আপনার পছন্দ হতে পারে

আরও দেখুনlogo

সম্পর্কিত প্লেলিস্ট

আরও দেখুনlogo