menu-iconlogo
logo

Khaya Lam'

logo
লিরিক্স
Unginika lonk'uthando lakho

Ungikhusela lapho ngihamba khona

Uma kumnyama wena uyakhanyisa

Ngakho angizukwesaba lutho

Shona malanga ngikhumbul'ikhaya lami

Hamba zinsuku ngiyobona abazali bami

Hamba zinsuku ngikhumbul'ikhaya lami

Lapho ngingezukuswela lutho

Ngibong' indlel' ongiphethe ngayo

Ngibonga izimfundiso zakho

Ngibong' indlel' ongphethe ngayo

Ngibonga izimfundiso zakho

Ngibong' indlel' ongthanda ngayo

Ngibong'indlel' ongthanda ngayo, ngayo!

Ngibong'indlel' ongthanda ngayo

Ngibong' indlel' ongthanda ngayo, ngayo!

Namhla anginakh' ukwesaba ( Namhla anginakh'ukwesaba)

Mangibona sekunjena, uthando lakho khaya

Lingiphil'ukukhanya

Ngihambile, ngibonile, kodwa akekho ofana nawe

Amathafa nezintab' ezikude, ey

Zingimele zithi wen' ukude

Nginethemba mama, ngikhulile baba

Ngikhumbula lonk' uthando lakho

Ngibong'indlel' ongphethe ngayo (Khaya lam weh)

Ngibonga izimfundiso zakho (Khaya lam khaya lami)

Ngibong'indlel' ongphethe ngayo (Khaya lam weh)

Ngibonga izimfundiso zakho

Ngibong'indlel' ongthanda ngayo

Ngibong'indlel' ongthanda ngayo, ngayo

Ngibong'indlel' ongthanda ngayo

Ngibong'indlel' ongthanda ngayo, ngayo

Khaya lam weh)

Khaya lam weh)

(Khaya lam weh)

(Khaya lam weh)

(Khaya lam weh)

Yebo ngiyazi akukho lula mama

Nal'uthando alukho lula baba

Ukubamb'uyeka, ukuqinisela

Kukho konke benizimisela

S'Villa-এর Khaya Lam' - লিরিক্স এবং কভার