menu-iconlogo
huatong
huatong
Lyrics
Recordings
Oh yah (Eshe)

Aw weh

Aw weh

Aw weh

Ngithi wentombi uzong'thanda yini

Mina ngiyi nkabi, Ngibuya eb'suku

Aw mina angilali weh

Ngithi wentombi uzong'thanda yini

Mina ngiyi nkabi, Ngibuya eb'suku

Aw mina angilali weh

Aw welele

Aw kere ngwanyana o tlang rata keng

Boshego ke tsamaya le mapara aka, A ke robale wena

Ke lletse ke sa robale maobane wena

Ke thiba ka mo, Ke tshwara

Ka makala ke sa tshwara le plan fela

Le plan fela

Ke nale lerato fela

A ke na nako wena ngwanyana

Shebela ngwaneso

Ke kopa metsotso nyana

Ke ho batla mo thoko gaka

Re lebale ka babangwe, Oh yeah

Ngithi wentombi uzong'thanda yini

Mina ngiyi nkabi, Ngibuya eb'suku

Aw mina angilali weh

Ngithi wentombi uzong'thanda yini

Mina ngiyi nkabi, Ngibuya eb'suku

Aw mina angilali weh

Aw welele

Wentombi uzong'thanda yini

Mina ngiyi nkabi, Ngibuya eb'suku

Aw mina angilali weh

Ngithi wentombi uzong'thanda yini

Mina ngiyi nkabi, Ngibuya eb'suku

Aw mina angilali weh

Aw welele

Mina ngiyinkabi, Ngifela empini

'Suku nemini, Ngiphethe umshini

Ang'joli emgaqweni, Ngik'funa endlini

(Eshe) Eshe

Ung'bona ngiseGoli, Ngizozama impilo

Ang'gundi nekhanda. Ngifana noBiko

Indoda yom'zulu elandela amasiko

Ngiyak'buza uzong'thanda yini

Wena uhlale nam' emini

Ngoba eb'suku angikho we s'thandwa

Ung'bona ngiseGoli, Ngizozama impilo

Ang'gundi nekhanda. Ngifana noBiko

Indoda yom'zulu elandela amasiko

Ngithi wentombi uzong'thanda yini

Mina ngiyi nkabi, Ngibuya eb'suku

Aw mina angilali weh

Ngithi wentombi uzong'thanda yini

Mina ngiyi nkabi, Ngibuya eb'suku

Aw mina angilali weh

Aw welele

Wentombi uzong'thanda yini

Mina ng nkabi, Ngibuya eb'suku

Aw mina angilali weh

Ngithi wentombi uzong'thanda yini

Mina ngiyi nkabi, Ngibuya eb'suku

Aw mina angilali weh

Aw welele

More From 031Choppa/Marcus Harvey

See alllogo