menu-iconlogo
logo

Ngaqonywa (Remix) (feat. DJ Tira)

logo
Lyrics
Ayaya awe wewewe

Seng'ze ngaqonywa ngakithi

Seng'ze ngaqonywa ngakithi weh

Seng'ze ngaqonywa ngakithi (ho ngaqonywa mama)

Seng'ze ngaqonywa ngakithi weh (ho ngaqonywa mama)

Is'thandwa sashaya kancane

Umasesingen' emagcekeni

Nedlozi lasmiyla kancane

Ngob' ishimane s'vukile

Bese'bethi ngeke ng'lunge

Bese'bethi ngek' ukuvume

Bese'bethi ngeke ng'lunge

Bese'bethi ngek' ukuvume

Awu lafik' ithuna, awu lakhuz' umhlola weh

Awu laphik' ithunga, awu lakhuz' umhlola weh

Seng'ze ngaqonywa ngakithi

Seng'ze ngaqonywa ngakithi weh

Seng'ze ngaqonywa ngakithi (ho ngaqonywa mama)

Seng'ze ngaqonywa ngakithi weh (ho ngaqonywa mama)

Seng'ze ngaqonywa ngakithi (ngaqonywa mama)

Seng'ze ngaqonywa ngakithi weh (ngaqonywa mama)

S'hamba ngestep, s'yacothoz'

S'hamba kanje, kumnandi lan'

Khethile khethile khethile

Mina n'gfuna wena baby

Abaningi abamtholi

Ubuhle bendalo

Oh thatha nanz' indandatho

Awu mina n'khethe wena baby

Abaningi abamtholi

Ubuhle bendalo

Oh thatha nanz' indandatho

Awu mina n'khethe wena baby

Seng'ze ngaqonywa ngakithi

Seng'ze ngaqonywa ngakithi weh (ho ngaqonywa mama)

Seng'ze ngaqonywa ngakithi (ho ngaqonywa mama)

Seng'ze ngaqonywa ngakithi weh (ho ngaqonywa mama)

Seng'ze ngaqonywa ngakithi (ngaqonywa mama)

Seng'ze ngaqonywa ngakithi weh (ngaqonywa mama)

Seng'ze ngaqonywa ngakithi (ngaqonywa mama)

Seng'ze ngaqonywa ngakithi weh (ngaqonywa mama)

Ho ngaqonywa mama

Ho ngaqonywa mama

Ho ngaqonywa mama

Ho ngaqonywa mama

Ngaqonywa (Remix) (feat. DJ Tira) by Aubrey Qwana/DJ Tira - Lyrics & Covers