menu-iconlogo
logo

Isphithiphithi

logo
Lyrics
Amehlo wami sewabon' okuningi

Inhliziyo yam' seyuthwal' umthwalo wakho

Kutheni uhambile

Angeke kusa fana nakudala

Kutheni usenz' umgani wam

Eqineni usuk' ngekho ma ngikhala

Wenz' umrithivithi uya ng'limaza sphithiphithi

Mangik'dinga awo bonakale

Mang'lila awo tholakale

Wenz'umrithivithi uya ng'limaza sphithiphithi

Mang'lila awo tholakale (Awtholokali wena)

Ayy,okay

Ngiyazi mgani wam ang' thembakale

Eh kodwa asihlale phanzi sibonisane

Ngizondi indaba zethu mazingenwa omakhe

Uphindi ufune ukufaka owakho umgani

Eh sthandwa mele sqale sihloniphane

Ngoba amanga angeke a yenz' othando lukhuluphale

Eh darli mphatho yakho e ng'pholisayo

Ukuthul' umgani ofana nawe kimi inkulu inhlanhla

So iszatho sok'dlula zula, bangitshele ukuthi umgani kuya dura

Ngiyazi ubamamela iphutha se saba inhlekiso lula

Woah,mgani uyakhumbula sthembe thina kungekho lula

Kodwa besihlugenise lula

Ngakho sizaso kwazi uku ithunga

Iszatho sok'dlula zula, bangitshele ukuthi umgani kuya dura

Ngiyazi ubamamela iphutha se saba inhlekiso lula

Woah,mgani uyakhumbula sthembe thina kungekho lula

Kodwa besihlugenise lula

Ngakho sizaso kwazi uku ithunga

Amehlo wami se wabon' okuningi

Inhliziyo yam'se yuthwal'umthwalo wakho

Kutheni uhambile

Angeke kusa fana nakudala

Kutheni usenz'umgani wam

Eqineni usuk'ngekho ma ngikhala

Wenz' umrithivithi uya ng'limaza sphithiphithi

Mangik'dinga awo bonakale

Mang'lila awo tholakale

Wenz' umrithivithi uya ng'limaza sphithiphithi

Mangik'dinga awo bonakale

Mang'lila awo tholakale

Wenz' umrithivithi uya ng'limaza sphithiphithi

Mangik'dinga awo bonakale

Mang'lila awo tholakale

Wenz' umrithivithi uya ng'limaza sphithiphi

Mangik'dinga awo bonakale

Mang'lila awo tholakale