menu-iconlogo
logo

Korobela

logo
Lyrics
Ngathi ngidlisiwe

Nami angilwazi uthando lunje

Uthola ngihleka ngingedwa

Angilwazi uthando lunje

Ay wowewe

Lwaze lwangibulala uthando

Ang'khuzeki, ngaze ngamthanda umuntu

Ay wowewe

Lwaze lwangibulala uthando

Ang'khuzeki, ngaze ngamthanda umuntu

Ay wowewe

Lwaze lwangibulala uthando

Ang'khuzeki, ngaze ngamthanda umuntu

Asime ndawonye

Murumba

Asime ndawonye

Asime ndawonye

Uthando lunjena mina ngizol' thola kuphi

Ngizizwa ngathi ngidlisiw' ikorobela

Uthando lunjena mina ngizol' thola kuphi

Ngizizwa ngathi ngidlisiw' ikorobela

Lwaze lwangibulala uthando

Ngaze ngamthanda umuntu

Lwaze lwangibulala uthando

Ngaze ngamthanda umuntu

Ay wowewe

Lwaze lwangibulala uthando

Ang'khuzeki, ngaze ngamthanda umuntu

Ay wowewe

Lwaze lwangibulala uthando

Ang'khuzeki, ngaze ngamthanda umuntu

Asime ndawonye

Asime ndawonye

Watshintsha impilo yami

Ngethando ongipha lona

Watshintsha impilo yami

Ngethando ongipha lona

Angikaze ngiy'bone mina into enjena

Uthando lunjena

Uyang'phambanisa

Angikaze ngiy'bone mina into enjena

Uthando lunjena

Uyang'phambanisa

Angikaze ngiy'bone mina into enjena

Uthando lunjena

Uyang'phambanisa

Angikaze ngiy'bone mina into enjena

Uthando lunjena

Uyang'phambanisa

Uthando lunjena mina ngizol' thola kuphi

Ngizizwa ngathi ngidlisiw' ikorobela

Uthando lunjena mina ngizol' thola kuphi

Ngizizwa ngathi ngidlisiw' ikorobela

Ay wowewe

Lwaze lwangibulala uthando

Ang'khuzeki, ngaze ngamthanda umuntu

Ay wowewe

Lwaze lwangibulala uthando

Ang'khuzeki, ngaze ngamthanda umuntu

Asime ndawonye

(Ngizol' thola kuphi, korobela)

Asime ndawonye

Korobela by DJ Tira/Skillz/Murumba Pitch/Q Twins - Lyrics & Covers