menu-iconlogo
logo

Bakulindile

logo
Lyrics
Iye bakulindile ekhaya hamba hamba

Bakulindile ekhaya wena

Buyel' ekhaya hamba he

Hamb' ekhaya he

Bakulindile ekhaya he he

Bakulindile ekhaya (kanti ukuphi na)

Bakulindile ekhaya (kanti ukuphi na)

Soluku uhambile (uthi uyofun' umsebenzi)

Awusabhali yini na (ubaxelele kuthi ukuphi na)

Hayi hayi wathi wena

Kunamathuba emsebenzi egoli

Bakunika inhlanhla bathi hamba eh

Uthi uyosebenzel' ingane zakho

Bayamangala namhlanje awubuyi yini na

Ik'gwonyil' iGoli na eh eh

Lik'gwinyil' iGoli na buya buya

Bakulindile ekhaya (kanti ukuphi na)

Bakulindile ekhaya (kanti ukuphi na)

Soluku uhambile (uthi uyofun' umsebenzi)

Awusabhali yini na (ubaxelele kuthi ukuphi na)

Soluku uhambile (uthi uyofun' umsebenzi)

Awusabhali yini na (ubaxelele kuthi ukuphi na)

Izingane ziyakhala njalo ebusuku

Bathi ukuphi ubaba eh babuz' umama

Umama akasakwazi nokuphendula

Athi athi uye uye eGoli

Ningahlupheki uzobuya ubaba

Usayofun' umsebenzi

Ingab' ukuphi uyazbuza umama he

Nimthemb' ningabazi ubaba uyephe umama uyephi umalume uyephi

Ayi buyel' ekhaya

(kanti ukuphi na)