Xalifika lelo langa mina nawe sibuyelane
Xalifika lelo langa mina nawe sibuyelane
Ndikhumbula kudala sidibana mina nawe
Ngathi kuwe sthanda sam ngiyak'thembisa
Angeke ngihlukane nawe
Angeke ngibon' eny' intombi
Xalifika lelo langa mina nawe sibuyelane
Xalifika lelo langa mina nawe sibuyelane
Suk'thol' enye indoda
Suk'thol' enye indoda
Beng'cabanga ukuthi mina nawe
Eh masinenkinga sizokhuluma
Hayi baby hayi awukwenzanga lokho
Awukwenzanga lokho
Kodwa mna ngizokulinda ngizokulinda
Ha ngizokulinda dalie ngizokulinda
Angeke ngibone any' entomb
My baby my baby girl
Baby buyel' xalifika
Xalifika lelo langa
Ngizokulind (xalifika lelo langa mina nawe sibuyelane)
Xalifika (xalifika lelo langa mina nawe sibuyelane)
Hey mama wengane zami
Xalifika lelo langa mina nawe sibuyelane
Xalifika lelo langa mina nawe sibuyelane
Xalifika lelo langa mina nawe sibuyelane
Ngizokulinda mhh
(kudala ngikulindile)
My baby (kudala ngikulindile)
Nabangani bami bayazi ukuthi (kudala ngikulindile)
Nomamazala wakho (kudala ngikulindile)
Nobaba ekhaya ukulindile (kudala ngikulindile)
Buy' ekhaya (kudala ngikulindile)
Hayi ngizokulinda (kudala ngikulindile)
Uzongithola ngikhona la (kudala ngikulindile)
Buyel' (kudala ngikulindile)
Ngizokulinda (kudala ngikulindile)
I believe in us baby (kudala ngikulindile)
Uthando lwethu uthando lwam kuwe ngelakho ngelam kanjalo nje
Ngiyakuthanda awu kada