menu-iconlogo
logo

Mali (feat. Nathi)

logo
Lyrics
Webop yaya weyayayaya webo

Webafowethi ngicela ningicabangise

Webafowethu ngicela ningibonise

Ever since ngifika laeGoli ngidliw' imali yam

Noma ngihleli namatekeni or amanita hayi still kuyafana

Bathi fak' imali uzobona wena ufak' imali uzobona

Ufak' imali uzobona wena ufak' imali uzobona

Hebafethu mna ngiyacela hayi ngekeni

Ngoba nai imali yam iyaphela ngekeni

Hebafethu mna ngiyacela hayi ngekeni

Ngoba nai imali yam iyaphela ngekeni

Bathi fak' imali uzobona wena ufak' imali uzobona

Ufak' imali uzobona wena ufak' imali uzobona

Mna ndidodwa ekhaya ngiswayipha ndodwa apha

Bavele bathi bamba la uphuze la

Usathi uyaphuza swaipha la uthengele wonk' umuntu

Umulahlile uyadliwa vez' imali (Ahe)

Vez' imali noma ungafuni ukwaliwa vez' imali (Ahe)

Vez' imali

(Maliwe maliwe) Umhlaba uyajikeleza

Nabantu bayajikelana

(Maliwe maliwe) Umhlaba uyajikeleza

Masithi uyathandana nomuntu wakho

Umntu wakho yena uthanda emaphathini

Emaphathini kekukhona amaqalanga

Maqalanga afun' ukukhuphula umntu wakho

Aphinde athathe imali yakho

Uyathandana nomuntu wakho

Umntu wakho yena uthanda emaphathini

Emaphathini kekukhona amaqalanga

Maqalanga afun' ukukhuphula umntu wakho

Aphinde athathe imali yakho yebo

(Mali mali) Yenza umhlaba ujikeleze

Nabantu bajikelane yenza umhlaba ujikeleze

(Mali mali) Yenza umhlaba ujikeleze

Nabantu bajikelane yenza umhlaba ujikeleze

Uma ungafuni ukwaliwa vezimali (Ahe)

Vezimali um'ungafuni ukwaliwa vez' imali (Ahe)

Mali (feat. Nathi) by Mlindo The Vocalist/Nathi - Lyrics & Covers