menu-iconlogo
logo

Baba

logo
Lyrics
Eshe, Eshe

Baba wahamba emhlabeni

Ngisahlanganisa impilo yami

In your eyes I never made it

Baba wahamba emhlabeni

Ngisahlanganisa impilo yami

In your eyes I never made it

Ngabe uyangibona yini lapho ukhona

Ngabe uyayiqhenya yini ngami

Uyishay' isfuba ngami

Ngabe uyangibona yini lapho ukhona

Ngabe uyayiqhenya yini ngami

Uyishay' isfuba ngami

I just want you to know that I miss you

Impilo ayibanga lula without you

Mangingakutshela everything that I've been through

Angeke ukholwe baba you'll think its a fix you

Leyokuxabana kwakho nomama angiyingeni

Indaba zenu lezi angiyingeni

Ukuthi ngubani oyenzeni kanjani lezo yezenu

Ngibong' ukuthi ningilethe emhlabeni we

Baba ngiyazi ukuthi awungkhulisanga

Kuthi wabaleka noma awubalekanga

Futhi anginankinga nawe uyindoda

Nami mhlawumbe afana nawakho amaphutha ngisazowenza angazi

Ngithe ngizokutshela kona noma unamaphutha mina ngiyakuthanda

Mhlawumbe wangizalela ukuthi ngikuxolisele kuye umama

Baba wahamba emhlabeni

Ngisahlanganisa impilo yami

In your eyes I never made it

Baba wahamba emhlabeni

Ngisahlanganisa impilo yami

In your eyes I never made it

Ngabe uyang'bona yini lapho ukhona

Ngabe uyayiqhenya yini ngami

Uyishay' isfuba ngami

Ngabe uyangibona yini lapho ukhona(I hope you see me)

Ngabe uyayiqhenya yini ngami (I hope you see me)

Uyishay' isfuba ngami (I hope you see me)

Mama mad I ain't never home

But I want to get her a million

I'm running less ugabela zone

Mina nalezi ezami sinespilion

It's all because when you left I was way too young

Yho I was fathered by them streets that you left me on

When you turned on your tv and see who I have become

Uyashayana isfuba uyazqenya na

Shay' isfuba cause the daggas too loud though

Dirty or clean I'm gon get my gwalla

My lil sis wanna hang but I don't have time though

I can't help it but being the color of my Sprite though

I meet this girl I thought she wifey

I gave her all of my love

I would have died for her to love me

She told me she just had my baby

Took adoption but didn't tell me

I can't explain how much that hurt me

She turned me into you you you

And that's why I'm forgiving you

*Mama said you're really cool

I got people, It just isn't you

Baba I became somebody

Baba wam I became a somebody

This somebody please anybody

Tshela ubaba I became a somebody

Baba wahamba emhlabeni

Ngisahlanganisa impilo yami

In your eyes I never made it

Baba wahamba emhlabeni

Ngisahlanganisa impilo yami

In your eyes I never made it

Ngabe uyangibona yini lapho ukhona

Ngabe uyayiqenya yini ngami

Uyishay' isfuba ngami

Ngabe uyangibona yini lapho ukhona

Ngabe uyayiqenya yini ngami

Uyishay' isfuba ngami

Baba by Sjava/Saudi - Lyrics & Covers