menu-iconlogo
huatong
huatong
avatar

Sibaningi

Nomfundo Moh/Kwestahuatong
starbirth33huatong
Paroles
Enregistrements
Kunini ngithule ngilokhu ngibekezela?

Inhliziyo yakho iyathutha iyaphelezela

Uthando enginalo luya ngokuya luyehla

Engathi kwanele manje, engathi kwanele

Ungigendis' okwebhola

Ungishonisa le ungiyisa le

Ungishonisa le ungiyisa le

Wen' ungigendis' okwebhola

Ubukisa ngam' ezweni lobaba, ah

Bengithi ngingedwa dali (Dali dali)

Bengithi ngingedwa dali (Dali dali)

Bengithi ngingedwa sweety (Sibaningi, sibaning)

Bengithi ngingedwa dali (Dali dali)

Bengithi ngingedwa dali (Dali dali)

Bengithi ngingedwa sweety (Sibaningi, sibaning)

Bengithi ngingedwa dali (Dali dali)

Bengithi ngingedwa dali (Dali dali)

Bеngithi ngingedwa sweety (Sibaningi, sibaning)

Bengithi ngingedwa dali (Dali dali)

Bеngithi ngingedwa dali (Dali dali)

Bengithi ngingedwa sweety (Sibaningi, sibaning)

(Ekse, bheka, eish)

Lomhlonishwa uyak'hlonipha, athi aqale ngok'xolisa

K'phele ama-secret, aligcwal' iqakala isokisi

Ngiyabona ngathi asizwani, hlala phansi ngikubonise

Uthando lwethu lusaphila, usatan owakh' ibhokisi

I mean, indoda indoda ngeqiniso layo

Angisiyo le type ezokk'mokola ngempil' engingenayo

Kodwa ngiyalaz' iphupho lakho wena sisi

And asomblief mangiba busy ngigijimisa lempilo esingenayo

Yeah my past is nothing pretty, there's some things you ain't forgiving

I just ask that you give me a little faith

Ngike ngabhayiza nabo Tshidi, nabo Sandra, nabo Sindi, nabo

Wakhal' inyembezi

Khona cha, ngeke ngilinge ngiphinde

Ngizwile, ngizwile, ngik'zwisil' ubuhlungu

Kodwa u-right nibaningi, nibaningi

Kune cherry yam', kuno mnganam', kuno mkam' lapho kuwe, ayy

Bengithi ngingedwa dali (Bengithi ngingedwa)

Bengithi ngingedwa dali (Bengithi ngingedwa)

Bengithi ngingedwa sweety (Sibaningi, sibaning)

Bengithi ngingedwa dali (Dali dali)

Bengithi ngingedwa dali (Yeah, yeah)

Bengithi ngingedwa sweety (Sibaningi, sibaning)

Bengithi ngingedwa dali (Bengithi ngingedwa)

Bengithi ngingedwa dali (Bengithi ngingedwa)

Bengithi ngingedwa sweety (Sibaningi, sibaning)

Bengithi ngingedwa dali (Dali dali)

Bengithi ngingedwa dali (Dali dali)

Bengithi ngingedwa sweety (Sibaningi, sibaning)

(Sibaningi, sibaningi)

(Sibaningi, sibaningi)

Davantage de Nomfundo Moh/Kwesta

Voir toutlogo
Sibaningi par Nomfundo Moh/Kwesta - Paroles et Couvertures