menu-iconlogo
logo

Mazikhale

logo
Lirik
Kun'abantu abangidlel'umona

Ai kunabantu abangikhuluma kabi

Ai kunabantu abangafun'ukusibona sijabulile

Kun'abantu abalwisana nathi

Ai kunabantu abangikhuluma kabi

Ngiyanimema zitha zami

Bonani impumelelo yami

Ngiyanimema zitha zami

Bonani ngimpumelela

Ngiyanimema zitha zami

Bonani amandla ami

Ngiyanimema zitha zami

Ngithi mazikhale mazikhale makhale

Mzikhale mazikhale makhale

Ngithi mazikhale mazikhale makhale

Mzikhale mazikhale makhale

Ngithi mazikhale mazikhale makhale

Mzikhale mazikhale makhale

Kun'abantu abangidlel'umona

Ai kunabantu abangikhuluma kabi

Ai kunabantu abangafun'ukusibona sijabulile

Kun'abantu abalwisana nathi

Ngiyanimema zitha zami

Bonani impumelelo yami

Ngiyanimema zitha zami

Bonani ngimpumelela

Ngiyanimema zitha zami

Bonani amandla ami

Ngiyanimema zitha zami

Ngithi mazikhale mazikhale makhale

Mzikhale mazikhale makhale

Mazikhale oleh Boohle - Lirik & Cover