Qiniso liyahlaba (Qiniso nje)
Uthando nje luyabiza (luyabiza)
Ah Ngiyophanda ama meter (ama meter)
Othandweni ziyalila (ziyalila)
Ngizwa ngishawa luvalo
Ngangena othandweni ngatatazela
Ngabe Ngabe iyozala nkomoni?
Thath' ikhwama zami ngiyophanda eye lobolo
Ngizwa ngishawa luvalo
Ngangena othandweni ngatatazela
Ngabe ngabe iyozala nkomoni
Thath' ikhwama zami ngiyophanda eye lobolo
Nami ngishawa uvalo
Angi understandi
Ngisemathandweni
Angikhuzeki
Angimameli
Ingabe uzondivikela?
Ngabe uzondijikela

Ngeke, angeke, ngeke ni understand
Ngeke, angeke, manginawe ngizizwa ngizizwa ngiphelele
Dali, Udali, Ukheth ukuhlala enami
Eh enami, ah enami
Ngeke, angeke, ngeke ni understand
Ngeke, angeke, manginawe ngizizwa ngizizwa ngiphelele
Dali, Udali, Ukheth ukuhlala enami
Eh enami, ah enami