menu-iconlogo
huatong
huatong
Testi
Registrazioni
Kuya ngokuthi ungubani

Uhamba izindawo ezinjani

Uphila nabantu abanjani

Upheth' istayela esinjani

Kuya ngokuthi ungubani

Uhamba izindawo ezinjani

Uphila nabantu abanjani

Upheth' istayela esinjani

Ngangiy'thanda int'enhle

Amandla nganginawo

Ngifisa ukuyisa umuntu wami eParis

Ngiyomdlisa amahinyahinya

Ngangiy'thanda int'enhle

Amandla nganginawo nje

Ngifisa ukuyisa umuntu wami eParis

Ngiyomdlisa amahinyahinya

Iyey yeh

Iiih yey yey, iiih yey yey, iiih yey yey

Wen' umuntu wami, umuntu wami

Futhi ngiyohlezi ngik'thanda

Nomabethini, oh bethini, o bethini

Wena umuntu wami, umuntu wami wedali

Umuntu wami yeyey yeyey

Ngabe ngik'thengel' isthuthuthu dali

Ugijime ufike langakithi

Manje anginalutho, ngizokukhandel' ingolovane

Ngabe ngik'thengel' uswidi dali

Ngik'qabule ngawo themba lami

Manje anginalutho, ngizokugubhel' amatshe

Abantu bathi uthando aluboni

Bathi iyozala nkomoni

Ngoba ekhethi indoda ingena mali

Indoda ingena lutho

Mali kanti ukhetha abanjani?

Mali kanti uthanda abanjani?

Ngoba mali ngiyasebenza

Wena uqoma umlungu na kunami?

Mali kanti uqoma abanjani?

Mali kanti ufuna abanjani?

Ngoba mali ngiyasebenza

Wena ukheth' umlungu na kunami?

Mali kanti uqoma abanjani?

Mali kanti ukhetha abanjani?

Ngoba mali ngiyasebenza

Wena uqoma umlungu na kunami?

Iyey yeh

Iiih yey yey, iiih yey yey, iiih yey yey

Wena umuntu wami, umuntu wami

Iiih yey yey, iiih yey yey, iiih yey yey

Wena umuntu wami, umuntu wami

Futhi ngiyohlezi ngik'thanda

Nomabethini, oh bethini, o bethini

Wena umuntu wami, umuntu wami wedali

Umuntu wami yeyey yeyey

Altro da Mthandeni SK/Lwah Ndlunkulu

Guarda Tuttologo