menu-iconlogo
logo

Thandiwe (Acoustic)

logo
가사
Uthe noba ilife ingishayile

Bonke abantu bengilahlile

Ubukhona wena ubhekile

Uhlazo lwami ulifihlile

Kuthe noma ngingena mali ke

But you never gave up on me

Ulokhu ukhona ungibhekile

Uhlazo lwami ulifihlile

Nhliziyo yami

Yanele wena

Nhliziyo yami

Ifanele wena

Imali yami

Yanele wena

Skhathi sami

Sanele wena

All the best of me

I give it to you my love

Anime kancane nina banye anginazi

Anime kancane ngisa attender umuntu wami

I wanna make her feel so good

Ngifuna ukumnika injabulo

Anime kancanee nina banye anginazi

Anime kancane

Nhliziyo yami

Yanele wena

Nhliziyo yami

Ifanele wena

Imali yami

Yanele wena

Skhathi sami

Sanele wena

Nhliziyo yami

Yanele wena

Nhliziyo yami

Ifanele wena

Imali yami

Yanele wena

Skhathi sami

Sanele wena

Nhliziyo yami

Nhliziyo yami