menu-iconlogo
huatong
huatong
avatar

Isandla Sikamama

Nomfundo Mohhuatong
pretchichuatong
가사
기록
Yeah you know it

Mama cel' ung'khanyisele

Ulul' isandla sakh' ungibonise

Indlel' ek'mele ngihambe ngayo

Ngikhanyisele

Ulul' isandla sakh' ungibonise

Indlel' ek'mele ngihambe ngayo

Mama weh (Mama)

Mama weh (Mama)

Mama weh (Mama)

Mama weh (Mama)

Empilweni yami (Iih)

Kuhambe kwahamba Inkosi yabiz' iQhawekazi lami (Iih)

Mihla ngemihla

Mina ngihlezi nginok'fisa

Ngilokhu ngilangazelela

Ukubon' ubuso bakhe

Hay' uyadel' osanomama wakhe

(Abanye balele emangcwabeni weh)

Mama cel' ung'khanyisele

Ulul' isandla sakh' ungibonise

Indlеl' ek'mele ngihambе ngayo

Ngikhanyisele

Ulul' isandla sakh' ungibonise

Indlel' ek'mele ngihambe ngayo

Mama weh (Mama)

Mama weh (Mama)

Mama weh (Mama)

Mama weh (Mama)

Ndlovukazi yami enomoy' obunene

Ntombi yakwabo enesineke eh (Eh heh)

Oh mina ngkhumbul' umama

Ngiyalangazelela

Ukuthol' eliny' ithuba nawe

Ngincokole nawe

Impilo ngab' ingcono ukube ngsesenawe

Mama cel' ung'khanyisele

Ulul' isandla sakh' ungibonise

Indlel' ek'mele ngihambe ngayo

Ngikhanyisele

Ulul' isandla sakh' ungibonise

Indlel' ek'mele ngihambe ngayo

Mama weh (Mama)

Mama weh (Mama)

Mama weh (Mama)

Mama weh (Mama)

Mama cel' ung'khanyisele

Ulul' isandla sakh' ungibonise

Indlel' ek'mele ngihambe ngayo

Ngikhanyisele

Ulul' isandla sakh' ungibonise

Indlel' ek'mele ngihambe ngayo

Mama weh (Mama)

Mama weh (Mama)

Mama weh (Mama)

Mama weh (Mama)

Nomfundo Moh의 다른 작품

모두 보기logo