Ngiyazi ngiyazi abakhulumile ngami 
Ngiyazi ngiyazi baqambela amanga 
Onke amagama abawakhulumile oooooh bangawakhuluma 
Ngiyathemba mina kuyiqiniso (Kudala nginibhekile) 
Ngoba uyahlonipha futhi uyangilalela ngeke ngimamele lamagama abantu 

Ngiyabonga baby 
Ngokungalahli ithemba ngami 
Noma bekhulume kabi ngami 
Awulilahlanga ithemba ngami 
Laba bantu ngeke sibakhone ngeke sibakhone ngithanda wena wedwa 

Wonk'amang'abawakhulumile bona bawakhulum'ayyy 
Ngiyathemba mina baby (Kudala ngibhekile) 
Kuyiqiniso 