menu-iconlogo
logo

Sayona

logo
Lirik
Hhayi

Ngangimthanda lomuntu

Thembalami, thembalami, thembalami, thembalami, thembalami

Hhawuwa hho

(Sayona) sayona, sayona

Sasinent'enhle sayona (sayona, sayona)

Sayona, sayona sasin'entenhle sayona thina

Amaphutha ethu siyawabona, siyawabona

Kodwa akusasizi ngoba impilo zethu zishitshile

Amaphutha ethu siyawabona, siyawabona

Kodwa akusasizi ngoba impilo zethu zishitshile

Ngangikuthanda, ngikufela

Ngangenza konke ukukuvikela

Hhayi, ngikwenze konke, ngikunike konke

Kodwa awunelanga, ngoba wangijikela

Hhayi, kodwa akusa sizi, nawe akukusizi

Sikomuny'umhlaba manje, impilo zethu zishitshile

Hhayi, ngikufisela injabulo, nothando

Hhayi, nempil'enhle dali wami

Ey, sayona, sayona

Sasinent'enhle sayona (sayona, sayona)

Sayona, sayona sasin'entenhle sayona thina

Amaphutha ethu siyawabona, siyawabona

Kodwa akusasizi ngoba impilo zethu zishitshile

Amaphutha ethu siyawabona, siyawabona

Kodwa akusasizi ngoba impilo zethu zishitshile

Mangingedwa ngifikelwa imibuzo

Ukuthi wawukubona yini ukubaluleka kwami empilweni yakho?

Okunye futhi njalo engihlale ngizibuza kona ukuthi

Wawulibona yini ikusasa nami empilweni yakho?

Kodwa akusasizi ngoba angeke, angeke siphinde sibuyele emuva

Nalezo zimpendulo azisasizi ngoba angeke, angeke siphinde sibuyelane

Sayona, sayona

Sasinent'enhle sayona (sayona)

Sayona, sayona sasin'entenhle sayona thina

Amaphutha ethu siyawabona, siyawabona

Kodwa akusasizi ngoba impilo zethu zishitshile

Amaphutha ethu siyawabona, siyawabona

Kodwa akusasizi ngoba impilo zethu zishitshile

Sayona oleh Inkabi Zezwe/Sjava/Big Zulu - Lirik dan Liputan