menu-iconlogo
huatong
huatong
avatar

Amaphiko 2.0 (feat. Yanga Chief)

Siphesihle Skhakhanehuatong
san.p3huatong
Letra
Gravações
Angisakwazi nokulala (Angisakwazi nokulala)

Lokhu ngicabanga yena (Lokhu ngicabanga yena)

Ngisabawel' ukumbona (Ngisabawel' ukumbona)

Long distance iyay'nyofa

Angisakwazi nokulala

Lokhu ngicabanga yena

Ngisabawel' ukumbona

Long distance uyay'nyofa

Nkulunkulu cela ungiphe amaphiko

Ngivele ngindize

Ngivele ngindize

Ngiyobona umuntu wami

Nkulunkulu cela ungiphe amaphiko

Ngivele ngindize

Ngivele ngindize

Ngiyobona umuntu wami

Unyaka wesithathu lona bethi kophela ngenyembezi

Uthando lwethu alukuvumi lokho

Hhay ayy alisusi

Ayy mangizw' iphimbo lakho ngyajabula

Mangbon' isthombe sakho ngiyakukhumbula

Ayi mangizw' iphimbo lakho ngyajabula

Mangbon ' isthombe sakho ngiyakukhumbula

Angisakwazi nokulala

Lokhu ngicabanga yena

Ngisabawel' ukumbona

Long distance iyay'nyofa

Angisakwazi nokulala

Lokhu ngicabanga yena

Ngisabawel' ukumbona

Long distance uyay'nyofa

Nkulunkulu cela ungiphe amaphiko

Ngivele ngindize

Ngivele ngindize

Ngiyobona umuntu wami

Nkulunkulu cela ungiphe amaphiko

Ngivele ngindize

Ngivele ngindize

Mais de Siphesihle Skhakhane

Ver todaslogo