Angfun'ukuqambamanga 
Angfun'ukuqambamanga 
Angkaze mina ngzwis'ubuhlungu kangaka 
Angkaze mina ngzwis'ubuhlungu kangaka 
Ukukhuluma nawe 
Noma uthule 
Angkaze mina ngzwis'ubuhlungu kangaka 
Angkaze mina ngzwis'ubuhlungu kangaka 
Ukukhuluma nawe 
Noma uthule 
Angfun'ukuqambamanga ngisakukhumbula 
Angfun'ukuqambamanga ngisakukhumbula 
Ngizowucisha kanjani lomlilo 
Osha ngaphakathi kwami 
Ngizowucisha kanjani lomlilo 
Osha ngaphakathi kwami 
Uwucisha kanjani 
Lomlilo ngaphakathi kwami 
Uwucisha kanjani 
Lomlilo 
Uwucisha kanjani 
Lomlilo ngaphakathi kwami 
Uwucisha kanjani 
Lomlilo 
Ngisempini ngilwa nemizwa 
Kodwa kumele ngivikel' inhliziyo yami 
Yenza kanjani ngizizwe 
Ngibuthakathaka ngizizwe ngithakathaka 
Ngisempini ngilwa nemizwa 
Kodwa kumele ngivikel' inhliziyo yami 
Yenza kanjani ngizizwe 
Ngibuthakathaka ngizizwe ngithakathaka 
Angkaze mina ngzwis'ubuhlungu kangaka 
Angkaze mina ngzwis'ubuhlungu kangaka 
Ukukhuluma nawe 
Noma uthule 
Angkaze mina ngzwis'ubuhlungu kangaka 
Angkaze mina ngzwis'ubuhlungu kangaka 
Ukukhuluma nawe 
Noma uthule 
Ngizowucisha kanjani lomlilo 
Osha ngaphakathi kwami 
Ngizowucisha kanjani lomlilo 
Osha ngaphakathi kwami