ILifestyle
Impilo
ILifestyle (Style)
ILifestyle
Impilo, Impilo le 'yakhathaza
Abant' abanaqiniso
Abafun' uk'phumelela
Impilo, Impilo iyakhathaza
Abant' abanalo iqiniso
Abafun' uk'phumelela
Nkosi, ng'cela utshele abadala basimele
Ngoba sonk' iskhath siyazilwela
Baphansi, akukho lula la ngempela Sihlezi sizilwela
Nkosi, ng'cela utshele abadala baswelele
Ngoba sonk' iskhathi siyazilwela
Baphansi, akukho lula la ngempela
Sihlezi sizilwela
(ILifestyle)
Impilo
ILifestyle (style)
ILifestyle
Mina ngith' kunini bang'valela ngaphandle
Ng'kokodile zange bangizwe
Maphupho ng'zowafeza, noma bangaqina
Manje seng'bizwa imali eningi
Bona bay'qalile laba abanamandla
Kodwa manje mina ngizoy'gcina
Manje ng'yanidinga ninenzakahle
Unkulunkulu ngek' um gatekeep
Mina ngith' kunini bang'valela ngaphandle
Ng'kokodile zange bangizwe
Maphupho ng'zowafeza, noma bangaqina
Manje seng'bizwa imali eningi
Bona bay'qalile laba abanamandla
Kodwa manje mina ngizoy'gcina
Manje ng'yanidinga ninenzakahle
Unkulunkulu ngek' um gatekeep
Impilo (iLifestyle)
(ILifestyle, style)