Kuzalwa abafana
Kuzalwa abafana
Imvula iyana, ungbusisa nangelanga
Ksukela k'dala, wangbusisa ngiseyihlwil' esiswini sika mama
Ngizizwa ngibusisiwe
Imvula iyana ungikhanyisela ngelanga
Ksukela k'dala, wangbusisa ngiseyihlwil' esiswini sika mama
Es'swini s'ka mama
(Kuzalwa abafana, kuzalwa amantombazane)
Odade nabafowethu, odade nabafowethu
Ngaphuma nabo esiswini sika mama
(Kuzalwa abafana, kuzalwa amantombazane)
Aw iyo lento eyenza ukuthi sikhumbule emakhaya
Igazi liyakhuluma, isisu sika mama
(Kuzalwa abafana, kuzalwa amantombazane)
(Kuzalwa abafana, kuzalwa amantombazane)
Ungipha amandla okumelana nengqinamba
Thixo somandla, noma ngihamba endleleni zobumnyama
Hlezi ungibhekile
Ungipha amandla okubhekana nezitha zam
Thixo somandla
Beng'cela amanye amandla uzuwaphe umama
Ngoba es'swini sika mama
(Kuzalwa abafana, kuzalwa amantombazane)
Odade nabaf'wethu, odade nabafowethu
Ngaphuma nabo es'swini sika mama
(Kuzalwa abafana, kuzalwa amantombazane)
Aw iyo lento eyenza ukuthi s'khumbule emakhaya
Igazi liyakhuluma, isisu sika mama
(Kuzalwa abafana, kuzalwa amantombazane)
Baba wethu osezulwini
Uzungbusisele umah
(Kuzalwa abafana, kuzalwa amantombazane)
Imanzi emhlophe ezala mina nodade wethu
Kuzalwa abafana
Kuzalwa abafana