My baby, swidi lami lomkhuhlane 
Wena kanti wenzani, uchith'iskhathi 
Nami ngshona le 
Nami ngshona le 
Aw shela ngizwa ngani ungbiza 
Uring'ivaar, mina ngisile 
Can you pardon me 
Can you pardon me 
Kukho konke beng'funa wena dali 
  Kutheni udlala ka soo 
Kukho konke beng'funa wena dali 
Kutheni ungenza kanje 
  Ngaphakathi kimi 
Enhlizweni kukhal'esakh'ischathulo 
Nami kunini ngzula, ofana nawe cela singamoshi iskhathi 
Bazomuphekezela, ayikh'intengiyfunayo ngaphandle kwakho 
Bazomuphekezela, ayikh'intengiyfunayo ngaphandle kwakho 
  Oh baby lalela lalela 
Ngob'umphefumulo nenyama kuzifunela wena 
  Ukuk'tsheliqiniso, bengfun'uhlale kodw'inhliziyo ihurtekile 
Nawe usuzwile ngami 
Wena ubona kunjani makunje 
Uyazi ngiyakukhathaza ngentombi zami 
Noma kwenzakalani skeem sami 
Uyistofu sami samalahle 
Kukho konke beng'funa wena dali 
Kutheni udlala ka soo 
Kukho konke beng'funa wena dali 
Kutheni ungenza kanje