Aw'sivule, aw's'vule les'gubhu 
Aw'sivule, aw's'vule les'gubhu 
Aw'sivule, aw's'vule les'gubhu 
Aw'sivule, aw's'vule les'gubhu 
Ngikhumbule zamzukwana, ezamzukwana (zamzukwana, ezamzukwana) 
Ngikhumbule zamzukwana, ay zamzukwana (zamzukwana, ezamzukwana) 
Ngikhumbule zamzukwana, zamzukwana (zamzukwana, ezamzukwana) 
Ngikhumbule zamzukwana, zamzukwana (zamzukwana, ezamzukwana) 
Bengintwana encane 
Kodwa ngisakhumbula yonk'into 
UMafikizolo, uMzekezeke asaduma 
Sisaguqa ngamadolo 
Sisaguqa ngamadolo 
UKamo Mphela ung'khumbuza uLebo Mathosa (uLebo Mathosa) 
UKabza ung'khumbuza uSpikiri 
Maphorisa ung'khumbuza uOskido (uOskido) 
Mina ngiz'khumbuza Umsawawa 
Isinamuva liyabukwa iskhathi samanje 
(Uma ngigqok' is'gqoko) 
Ngiyabahlanyisa (umakoteni) 
Ngiyabahlanyisa 
Ngiyababulisa 
Aw'sivule, aw's'vule les'gubhu 
Aw'sivule, aw's'vule les'gubhu 
Awu weh, weh ma, sashaya kamnandi 
Kanti usenzani DJ iyoh, sashaya kamnandi 
Sang'khumbuza mandulo 
Mina nginoma', ngishay' iphatha phatha 
Sang'khumbuza mandulo 
Mina nginoba', ngishay' ikhwela khwela 
Awu weh, weh ma, sashaya kamnandi 
Kanti usenzani DJ iyoh, sashaya kamnandi 
Ngikhumbule zamzukwana, ezamzukwana 
Ngikhumbule zamzukwana, ay zamzukwana 
Ngikhumbule zamzukwana, zamzukwana 
Ngikhumbule zamzukwana, zamzukwana 
Awu weh, weh ma, sashaya kamnandi 
Kanti usenzani DJ iyoh, sashaya kamnandi 
Aw'sivule, aw's'vule les'gubhu 
(Aw'vule les'gubhu ntwan' womuntu) 
Aw'sivule, aw's'vule les'gubhu 
(Sang'khumbuza mandulo mina nginobaba) 
Aw'sivule, aw's'vule les'gubhu (awu khwela khwela, khwela mama) 
(Sishaya nephatha phatha) 
Aw'sivule, aw'svule les'gubhu (waze wadlala wemtwan' womuntu) 
(Ubumnandi obungaka) 
(Mina ngangizobuthathapi mama?) 
Waze wadlala kamnandi 
Awu weh, weh ma, sashaya kamnandi 
Kanti usenzani DJ iyoh, sashaya kamnandi