menu-iconlogo
logo

Imizamo

logo
Lời Bài Hát
Nginomoya ophansinginenhlonipho

(Futhi angizithwele) Nginobubele

Angazi ngitheni bani

Angazi ngone bani

Ngazi ngenzeni bani

Ingempela ngizondelwani

Kodwa washo umama kimi

Wathi ngeke bangithande bonke angisi yimali

Ngoba washo umama kimi

Wathi ngeke bangithande bonke angisi yimali

Bangizondela (Imi imizamo yami)

Bangizondela (Imi imizamo yami)

Kubuhlumgu uma ngibabingelela

(Uzwa bethi) Ave se ave sengizitshela

Ngizamile ukuzincengela anginalihlo

Lokutshintsha zintliziyo

Aye zintliziyo