menu-iconlogo
logo

Ngeke Balunge

logo
Lời Bài Hát
Ngeke Balunge - Mafikizolo

Lyrics by:Mondli Ngcobo

Composed by:Mondli Ngcobo

Sebethi abazingeni masixabene

Kodwa masithandana bangena shi

Sebethi abazingeni masixabene

Kodwa masithandana bangena shi

Ake basixolele basinik' umoya

Ayi abasixolele bayek' umona

Ake basixolele basinik' umoya

Ayi abasixolele bayek' umona

Ngeke balunge

Ngeke basiqede

Ngoba kusobala lolu thando ngeke lwavalwa ngubala

Ngeke balunge

Ngeke basiqede

Ngoba kusobala lolu thando ngeke lwavalwa ngubala

Bazondiza ngemishanelo abathakathi o kuro

Bazofica mina nodali wami sizihlalele khona

Bazondiza ngemishanelo abathakathi kulo

Bazofica mina nodali wami sizihlalele khona

Ake basixolele basinik' umoya

Ayi abasixolele bayek' umona

Ake basixolele basinik' umoya

Ayi abasixolele bayek' umona

Ngeke balunge

Ngeke basiqede

Ngoba kusobala lolu thando ngeke lwavalwa ngubala

Ngeke balunge

Ngeke basiqede

Ngoba kusobala lolu thando ngeke lwavalwa ngubala

Abadede impela abadede impela

Kufik' izingwazi kufik' izingwazi

Abadede impela abadede impela

Kufike thina kufike thina

Abadede impela abadede impela

Kufik' izingwazi kufik' izingwazi

Abadede impela abadede impela

Kufike thina kufike thina

Aw weeh weeh

Kufik' izingwazi kufik' izingwazi

Aw weeh weeh

Kufike thina kufike thina

Aw weeh weeh

Kufik' izingwazi kufik' izingwazi

Aw weeh weeh

Kufike thina kufike thina

Ngeke balunge

Ngeke basiqede

Ngoba kusobala lolu thando ngeke lwavalwa ngubala

Ngeke balunge

Ngeke basiqede

Ngoba kusobala lolu thando ngeke lwavalwa ngubala

Woo wo wo

Woo wo wo

Woo wo wo

Woo wo wo

Ngeke balunge wo wo

Ngeke basiqede wo wo

Ngoba kusobala lolu thando ngeke lwavalwa ngubala

Ngeke balunge

Ngeke basiqede

Ngoba kusobala lolu thando ngeke lwavalwa ngubala

Ye