menu-iconlogo
logo

Ngeke Balunge

logo
Lời Bài Hát
Sebethi abazingeni masixabene

Kodwa masithandana bangena shi

Sebethi abazingeni masixabene

Kodwa masithandana bangena shi

Ake basiqhelele, basinik′ umoya

Ake basiqhelele, bayek' umona

Ake basixolele, basinik′ umoya

Ayi abasixolele, bayek' umona

Ngeke balunge

Ngeke basiqede

Ngoba kusobala lolu thando ngeke lwavalwa ngubala

Ngeke balunge

Ngeke basiqede

Ngoba kusobala lolu thando ngeke lwavalwa ngubala

Bazondiza ngemishanelo abathakathi yhoo

Bazofica mina nodali wami sizihlalele khona

Bazondiza ngemishanelo abathakathi yhoo

Bazofica mina nodali wami sizihlalele khona

Ake basiqhelele, basinik' umoya

Ake basiqhelele, bayek′ umona

Ake basixolele, basinik′ umoya

Ayi abasixolele, bayek' umona

Ngeke balunge

Ngeke basiqede

Ngoba kusobala lolu thando ngeke lwavalwa ngubala

Ngeke balunge

Ngeke basiqede

Ngoba kusobala lolu thando ngeke lwavalwa ngubala

Abadede impela (abadede impela)

Kufik′ izingwazi (kufik' izingwazi)

Abadede impela (abadede impela)

Kufike thina (kufike thina)

Abadede impela (abadede impela)

Kufik′ izingwazi (kufik' izingwazi)

Abadede impela (abadede impela)

Kufike thina (kufike thina)

Aw weeh (weeh)

Kufik′ izingwazi (kufik' izingwazi)

Aw weeh (weeh)

Kufike thina (kufike thina)

Aw weeh (weeh)

Kufik' izingwazi (kufik′ izingwazi)