menu-iconlogo
logo

Umama

logo
Lời Bài Hát
Ngikhumbul' uMa

Aksavumi

Ngikhumbul' uMa

Ang'sakhoni

Ngikhumbul' uMa

Aksavumi

Ngikhumbul' uMa

Sebeth' indod' endala kangaka ikhalel' uMa wayo

Hawu bafethu ngeke ni understand- e

Ndod' endala kangaka ikhalel' uMa wayo

Hawu bafethu ngeke ni understand- e

Yojabula mang'fika

Athi uShembe uyaphila

Kuley'ngozi zomgwaqo mntanami ng'yajabula ufike usaphila

Bek' iykhwama le emsamu

Land' impepho kaGogo erondweni

Ngiphahle ngikhulume nabadala ngibatshele usemagcekeni

Mvul' iyana emakhaya sesiphelile amakhaza

Mawubuy' eGoli ngicela ungiphathele iheater ngoba ngempela uzong'ngcwaba

Yaz' uMa avunamahlaya

Ngeke ushone ngisak'thanda

Kuyoba isibusiso kimi ukuthi ubekhona Ma wami mangishada

Ngoba uyokwazi ukungibonisa

Mase zingibuyela emshadweni

Ngoba uyokwazi ukungiduduza

Mase zingibuyela emshadweni

Angsakhoni angisakhoni angisakhoni

Ngikhumbul' uMa

Angsakhoni angisakhoni angisakhoni

Ngikhumbul' uMa

Sebeth' indod' endala kangaka ikhalel' uMa wayo

Hawu bafethu ngeke ni understand- e

Ndod' endala kangaka ikhalel' uMa wayo

Hawu bafethu ngeke ni understand- e

Into engiyithanda ngekhaya

Ukuthi ekhaya akungwenwa ngemali

Ngemali yeah yeah

Noma ngingasebenzi uMama ungithanda ngingenani

Ungithanda ngingenalutho

Noma umhlaba ungang'shaya uzong'thulisa athi mntanami ungakhali

Ungakhali

Ubukeka ukhathale awuthi ngilande ukudla baba hlala phansi

Hlala phansi

Angisakhoni angisakhoni angisakhoni

Ngikhumbul' uMa

Angisakhoni angisakhoni angisakhoni

Ngikhumbul' uMa

Sebeth' indod' endala kangaka ikhalel' uMa wayo

Hawu bafethu ngeke ni understand- e

Ndod' endala kangaka ikhalel' uMa wayo

Hawu bafethu ngeke ni understand- e