menu-iconlogo
huatong
huatong
dj-tira-ngiyabonga-baba-cover-image

Ngiyabonga Baba

DJ Tirahuatong
paula1289huatong
歌词
作品
Kwakungelula kwake kwanzima

Sibong'amandla wakho Jesu

Kwakungelula kwake kwanzima

Sibong'amandla kaNkulunkulu

Yeah, yeah azange kwabalula

Azange kwavele kwahamba kahle

Sibong'umusa kaThixo wethu

Azange kwabalula nje

Azange kwahamba kahle

Sibong'uNkulunkulu othembekile

Siyabonga (Waba nomusa kithi)

Siyabonga (Waba nothando kithi)

Azange kwabalula nje Baba (Siyabonga)

Siyabonga Baba (Waba nomusa kithi)

Siyabonga (Waba nothando kithi)

Azange kwabalula nje Baba (Siyabonga)

Bakebayival'iminyango (Sadlula)

Bakebasivalel'indlela (Wavula wena)

Azange kwabalula nje

Bakebasibekel'amtshe endleleni zethu

Sadlulwa ngokusizwa nguNkulunkulu wethu

Azange kwabalula nje

Besiwa sivuka umling'engaphezi

Impela azange kwabalula nje kuwe

Sibonga uJes'othembekile

Impela umling'engaphezi

Azange kwabalula nje Baba

Siyabonga (Waba nomusa kithi)

Siyabonga (Waba nothando kithi)

Azange kwabalula nje Baba (Siyabonga)

Siyabonga (Waba nomusa kithi)

Siyabonga (Waba nothando kithi)

Azange kwabalula nje Baba (Siyabonga)

Siyabonga (Waba nomusa kithi)

Siyabonga (Waba nothando kithi)

Azange kwabalula nje Baba (Siyabonga)

Siyabonga (Waba nomusa kithi)

Siyabonga (Waba nothando kithi)

Azange kwabalula nje Baba (Siyabonga)

Sibonga abasisaphothayo

Sibonga abalaleli

Sibonga abasisizayo

Amaphoyisa nabammeli

Impilo ayikho lula

Our God is good - Sibong'uMdali

Awuguqe ngamadalo impilo yakho izobamnandi

Asambe Jumbo - Yeah

Woza siguqa ngamadolo - Siyabonga Jesu

Asibong'uMdali, dankie Baba

Yeah woo oh, siyabonga Baba

更多DJ Tira热歌

查看全部logo