menu-iconlogo
logo

Khaya Lami

logo
Letras
Oh, yeah(Kulaph' engikhulele khona)

Kusekhaya lana wemntanami(Oh, kusekhaya lana, oh yeah)

(Kulaph' engikhulele khona)

(Oh, kusekhaya lapha, oh yeah)

(Kulaph' engikhulele khona)

Yeah(Oh, kusekhaya lapha, oh yeah)

(Kulaph' engikhulele khona)

(Oh, kusekhaya la, oh yeah)

Khaya lami leli ngiyalithanda

Kodwa kusekhaya la(Oh, kusekhaya la, oh yeah)

Noma ngabe izindlu ezodaka, aw ma

Kodwa kusekhaya la, yeah, yeah(Kodwa kusekhaya la, oh yeah)

Noma silala singadlile, wema

Kodwa kusekhaya la(Kodwa kusekhaya la, oh yeah)

Hlekisa ngami makhelwane

Kodwa kusekhaya la

Wemntanami

Lekhaya wena ongay'qhenyi ngalo

Khona abalifisayo, oh yeah

Lekhaya wena oy'nyeza ngalo

Khona abalifisayo, mmh, mmh

Lekhaya olibona liyihlazo kuwe

Khona abalifisayo, oh yeah

Ley'ntandane ey'ngaka ey'lal emgwaqeni

Yizo ezil'fisayo, oh yeah

Khaya lami leli ngiyalithanda

Kodwa kusekhaya la(Oh, kusekhaya la, oh yeah)

Noma ngabe izindlu zodaka, aw ma

Kodwa kusekhaya la, yeah, yeah(Kodwa kusekhaya la, oh yeah)

Noma silala singadlile, wema

Kodwa kusekhaya la(Kodwa kusekhaya la, oh yeah)

Hlekisa ngami makhelwane

Kodwa kusekhaya la

(Shuni wenkani)

Baba ngiyakhuleka(Baba ngiyakhuleka)

Kwami kuyanyukela(Okwami kuyanyukela)

Mpilo ngyahluleka

Ng'cela ungiphe amandla, ingilosi uyithumele

Thumel' umkhuleko(Thumel' umkhuleko)

Siyazama siyahluleka

Nhliziyo yami, umoya uyaphuleka

Ekhaya siyahlupheka

Noma ngabe izindlu ezodaka

Kodwa kusekhaya

Noma ngabe silala siphuz' amanzi odwa

Kodwa kusekhaya la, awu(Oh, yeah)

Khaya lami leli ngiyalithanda

Kodwa kusekhaya la(Oh, kusekhaya la, oh yeah)

Noma ngabe izindlu zodaka mama

Kodwa kusekhaya la oh yeah, yeah(Kodwa kusekhaya la, oh yeah)

Noma silala singadlile wemama

Kodwa kusekhaya la(Kodwa kusekhaya la, oh yeah)

Hlekisa ngami makhelwane

Kodwa kusekhaya la

(Kulaph' engikhulele khona)

(Oh, kusekhaya lapha, oh yeah)

(Kulaph' engikhulele khona)

(Oh, kusekhaya lapha, oh yeah)

Khaya Lami de Inkabi Zezwe/Sjava/Big Zulu - Letras y Covers