menu-iconlogo
logo

Omunye

logo
Letras
Hiii yeah(Yeahh)

Ayy, yeah(Omunye, omunye, omunye)

Asambe asambe asambe ayi ay(Omunye, omunye, omunye)

Sawubona ngan' yomuntu

Unjani mntanomuntu

Laph ukhona ng'yalubon olwami uthando

Sawubona ngan' yomuntu

Uyaphila mntanomuntu(yeah)

Laph ukhona ng'yalubon olwami uthando

Ng'cela ukusondela kuwe

Ngibeke amabili amathathu amagama

Laph ukhona ng'yalubon olwami uthando

Angisamboni ay yeah

Nguwe wedwa dali ay ayy

Angisamboni ay yeah(Omunye, omunye, omunye)

Sondela s'khulume ay ayy(Omunye, omunye, omunye)

Angisamboni ay yeah(Omunye, omunye, omunye)

Sondela s'khulume ay ayy ayyeah(Omunye, omunye, omunye)

Ayy yeah(Omunye, omunye, omunye)

Sondela s'khulume ay yeah(Omunye, omunye, omunye)

Yazi ng'khumbula ng'qala ukuk'bona

Ufak' iduku elil'hlaza

Kuvel' iBrazilian ngahlanya

Ngathi dudlu ntombazane

Wavel' wamamatheka

Wentomb' ngicela simbathe ndawonye

S'thandane ngath singabandawonye

Olwami uthando luney'mpande

Ubatshele awumbiwa ndawonye

Wena ngak'nikwa y'thongo

UMndiki noMndawo

Wathinta wena k'qhum inganono

Injure one injure all

Mina ntombi ng'yak'thanda

Ngifung' umama

Futh sengimdala

Ang'nas iskhath sok'dlala

Dali ng'yafunga ndandatho ngizoy'faka

Ng'hlobis' isandla sakho

Angisamboni ay yeah

Nguwe wedwa dali ay ayy

Angisamboni ay yeah(Omunye, omunye, omunye)

Sondela s'khulume ay ayy(Omunye, omunye, omunye)

Angisamboni ay yeah(Omunye, omunye, omunye)

Sondela s'khulume ay ayy ayyeah(Omunye, omunye, omunye)

Ayy yeah(Omunye, omunye, omunye)

Sondela s'khulume ay yeah(Omunye, omunye, omunye)

Gege lagege ndoni yamanzi

Uxolo ukuk'phaphela

Ng'hamba ngenkab emhlophe

I2.6 ngicel ithuba

Kodwa nginalo i325 lipakendlini ne333

Ngiw'somatekisi ngiginq isondo u87

M'ntanomuntu ang'ganiwe

Bhung el'njena ntomb ang'thathiwe(Ayy)

Inhliziyo ay'gangile

Sondela dali ng'hluleke ng'zamile(Ayy)

Ang'phuzi ang'bhemi straight mina

Ng'drive iteksi ang'celi mina

Nkomo zikababa azipheli k'mina

Ng'cel uthando ang'bheji mina

Angisamboni ay yeah

Nguwe wedwa dali ay ayy

Angisamboni ay yeah(Omunye, omunye, omunye)

Sondela s'khulume ay ayy(Omunye, omunye, omunye)

Angisamboni ay yeah(Omunye, omunye, omunye)

Sondela s'khulume ay ayy ayyeah(Omunye, omunye, omunye)

Ayy yeah(Omunye, omunye, omunye)

Sondela s'khulume ah ayi ayy(Omunye, omunye, omunye)