Ngivelaphi na?
Ngingubani na?
Injongo yam iphi?
Ngingubani nah?
Bafike entathakusa
Belethe umyalezo wokhokho
Ngikhanyisele wethongo lami
Vuma, bayangibiza
Oh bayangibiza vuma
Vuma, bayangibiza
Bayangibiza emanzini
Vuma, vuma vuma vuma bo bayakubiza
Vuma, vuma, vuma vuma bo bayakubiza
Vuma, vuma, vuma vuma bo bayakubiza
Vuma, vuma, vuma vuma bo bayakubiza
Ngihambile, ngabuya nengoma yabadala
Ezolapha izizwe
Kulomhlab'obhubhayo
Vuma, bayangibiza
Bayangibiza emanzini
Vuma, vuma maye maye maye maye
Vuma, vuma ngivelaphi na?
Vuma, vuma, vuma vuma bo
Ngingubani na?
Livumile ithongo lami
Livumile ithongo lami
Ilanga liphumile