menu-iconlogo
logo

Uvalo

logo
Letra
Kuthi ngisuke ngesi ginini

Ngifike kuwe kusese mini

Angisezwe lutho emadlebeni

Kazi ngizokwazi yini

Ukuphila ngaphandle kwakho

Yazi ubuthongo abusafiki

Kuthi ngisuke ngesi ginini

Ngifike kuwe kusese mini

Angisezwe lutho emadlebeni

Kazi ngizokwazi yini

Ukuphila ngaphandle kwakho

Yazi ubuthongo abusafiki

Sicel'ubuza (Uthi ngiphile kanjani ma ungekho wena)

Sicel'ubuza (Uthi ngizizwa kanjani ma ungekho wena)

Sicel'ubuza (Uthi ngizizwa kanjani uthi ngiphile kanjani)

Yazi inzima impilo ma ungekho

Angisakhoni ukuhlala ngedwa

Mina angisafuni ukuphila ngedwa

Awubuye ngicel'ubuye

Yazi inzima impilo ma ungekho

Angisakhoni ukuhlala ngedwa

Mina angisafuni ukuphila ngedwa

Awubuye ngicel'ubuye

Noma ngithi

Ngizama ukukhohlwa kancane

Ngizwa uval lunkenkeza lu nkenkeza

Haibo nako sengizogula ngekhanda ngicedeni

Uvalo de Rethabile Khumalo/MR LENZO – Letras & Covers