menu-iconlogo
logo

Isoka

logo
Lời Bài Hát
Kahleni bafana kahleni ukungidlela umona

Intombi iqoma laythanda khona

Kahleni bafana kahleni ukungnyundela

Intombi iqoma la ithanda khona

Bangaktshela loku ngami

Baphinde bakutshele loku ngami

Alikho isoka elingenasicibanomona love

Vele bashilo ukuthi wena awungthandi

Ungthandeli intozami

Vele yimi intozakho

Yilokho abajwaziyo ukukhuluma ngezami

Kodwa ezabo angingeni

Futhi angifaki

Ungowami wena ungowami wena ungowami mah woh

Ungowami wena ungowami wena ungowami mah woh

Ungowami wena ungowami wena ungowami mah woh

Kahleni bafana kahleni ukungidlela umona

Intombi iqoma laythanda khona

Kahleni bafana kahleni ukungnyundela

Intombi iqoma la ithanda khona

Bangaktshela loku ngami

Baphinde bakutshele loku ngami

Alikho isoka elingenasicibanomona love

Kahleni bafana kahleni ukungidlela umona

Intombi iqoma laythanda khona

Kahleni bafana kahleni ukungnyundela

Intombi iqoma la ithanda khona

Bangaktshela loku ngami

Baphinde bakutshele loku ngami

Alikho isoka elingenasicibanomona love

Nihambe kabi bafana naSindwa zinyawo

Vele bayokhuluma abantu

Kodwa amandla abanawo

Ukube iyathunyelwa inhliziyo

Bengzoyithumela

Namhlanje ilale ngakuwe

Jikelele jikelele

Jikelele Jikelele

Ngithanda wedwa

Jikelele jikelele

Jikelele Jikelele

Ngithanda wedwa

Isoka của Sjava/Q Twins/Mzukulu - Lời bài hát & Các bản Cover