menu-iconlogo
logo

Angikdeli

logo
Lời Bài Hát
Kugijim' igazi ma ungithinta ngiyashisa

Nhliziyo ishaya ngamandla ma ungibamba uyayizwa

Imizwa ixoxa indaba

Thula uzoyizwa

Kugijim' igazi ma ungithinta ngiyashisa

Nhliziyo ishaya ngamandla ma ungibamba uyayizwa

Imizwa ixoxa indaba

Thula uzoyizwa

Ngthangikdeli ngthangikdeli

Ngthangikdeli ngthangikdeli sphinde futhi

Ngizwengathi ngishaywa ngugetsi

Ngihanjelwa yingqondo kubengathi ayisebenzi

Ungisemafini cloud nine

Ngibhema ngikholwe ngawe I'm high

Ngicela this feeling ungayizwisi omenye

Ngcela this magic unganiki omunye

Uthusungonile ngami kuphelile

Kuyothath' iskhathi omunye umuntu angenze ngizizwe kanjena

Baby please ngiyakcela

Don't ever take this feeling away from me

Baby please ngiyakcela

Don't ever take this feeling away from me

Kugijim' igazi ma ungithinta ngiyashisa

Nhliziyo ishaya ngamandla ma ungibamba uyayizwa

Imizwa ixoxa indaba

Thula uzoyizwa

Kugijim' igazi ma ungithinta ngiyashisa

Nhliziyo ishaya ngamandla ma ungibamba uyayizwa

Imizwa ixoxa indaba

Thula uzoyizwa

Ngthangikdeli ngthangikdeli

Ngthangikdeli ngthangikdeli sphinde futhi

Sphinde baby

Uyazi ungthinta kamnandi

Ungipha kamnandi

Everytime I come

Ngathi ngingahlala ngingahambi

Ngathi ngingakhipha iThou

Do we come

Vele love is blind wayibona lento uZamar

Woza baby siyolala emaweni

Sphukunyeze sqamele ematsheni

Ngikthembise zonke leyinkanyezi

Ngusekhaya uyehlobisa ebaleni

Noma baby singalala emaweni