Mina ngide ngalingwa
Ngehla nginyuka kuphel'amathemba
Impilo ingelula yayingekhw'indlela
Kwakumele ngilahl'ithemba
Hayibo ndide ngalingwa
Ndibek'amabala nditheth'amatyala
Ndiphila nge xhala
Ndilwa nentshaba
Ngicel'amandla avela kuwe
Ngicela ungiphe inhlakanipho
Ngicel'amandla avela kuwe
Njenge nkosi uSolomon
Ngicel'amandla avela kuwe
Ngicela ungiphe inhlakanipho
Ngicel'usizo ungivikele nansi inkemba
Ndisikelwa ngamngqe yakhawula indlela
Nalaba bangamazi bayogcina ngokumazi
Nangempela impilo yi ngonyama yezulu
Ngicel'usizo ungivikele nansi inkemba
Ndisikelwa ngamngqe yakhawula indlela
Nalaba bangamazi bayogcina ngokumazi
Nangempela impilo yi ngonyama yezulu
Nga qina ngomkhuleko
Ngathi somandla ngisize ngiyahluleka
Kuwe ngiyakholelwa
Mangimemeza elakh'igama
Kuzama zama ulwandle nemifula
Vuma ngizwe
Nga qina ngomkhuleko
Ngathi somandla ngisize ngiyahluleka
Kuwe ngiyakholelwa
Mangimemeza elakh'igama
Kuzama zama ulwandle nemifula
Vuma ngizwe
Ngicel'amandla avela kuwe
Ngicela ungiphe inhlakanipho
Ngicel'amandla avela kuwe
Njenge nkosi uSolomon
Ngicel'amandla avela kuwe
Ngicela ungiphe inhlakanipho
Nansi inkemba iyagawula
Nansi inkemba iyagawula
Nansi inkemba iyagawula
Nomhlaba weziqumama izulu ngelami
Nansi inkemba iyagawula
Nansi inkemba iyagawula
Nansi inkemba iyagawula
Nomhlaba weziqumama izulu ngelami