Langa libalele kwakhanya nakimi
Ndayibona ndlela idlozi livumile
Abantu abadala camagu
Langa libalele kwakhanya nakimi
Ndayibona ndlela idlozi livumile
Abantu abadala camagu
Iyona indlela lena
Mabekhuluma nawe ubolalela
Isalakutshelwa sibona ngomopho
Ngiyashweleza camagu
Iyona indlela lena
Mabekhuluma nawe ubolalela
Iphikankani lifela enkanini
Abantu abadala camagu
Ukuze insukuzakho zande
Hlonipha, hlonipha uyihlo nonyoko emhlabeni
Hlonipha umdali, hlonipha abalele
Hlonipha, hlonipha uyihlo nonyoko emhlabeni
Hlonipha umdali, hlonipha abalele
Ha ha yee (she we ye ye, she mmmh)
She we ye ye (shе we ye ye, shе mmmh, she mmmh)
Ha ha yee (she we ye ye, she mmmh)
She we ye ye (shе we ye ye, shе mmmh, she mmmh)
Hlonipha umdali
Ngabe nganginga mlalelanga umama
Mhlambe ngaba angikho
Mhlambe ngaba angisekho
Ngabe nganginga mlalelanga umama
Mhlambe ngaba angikho
Mhlambe ngaba angisekho
Ngiyazi uzongishisela impepho umama
Hayi umama
Nani ngasizwa ukulalela umama wami
Wathi mtanami, hlonipha uzokhula
Hlonipha, hlonipha uyihlo nonyoko emhlabeni
Hlonipha umdali hlonipha abalele (oh hlonipha, hlonipha umdali)
Hlonipha, hlonipha uyihlo nonyoko emhlabeni
Hlonipha umdali hlonipha abalele
She we ye ye (shе we ye ye, shе mmmh, she mmmh)
She we ye ye (shе we ye ye, shе mmmh, she mmmh)
Iyon'indlela le ay ye ye (shе we ye ye, shе mmmh, she mmmh)
Camagu shweleza (shе we ye ye, shе mmmh, she mmmh)